ukukhotha imbenge yomile kuchaza ukuthi kukhona okubi ozokwenziwa khona yilomuntu osho lamazwi, lokhu kufana nokusongelwa wumuntu, ngokuthi uzoyikhotha imbenge yomile usuke esho ukuthi uzokwenzakalisa, ukuthi uzoyikhotha imbeke yomile akuchazi ukuthi uzoshawa, noma uzobulawa, kodwa kuwukusongela umuntu ngokuthi khona ozomenza khona okubi.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |